Intukuthelo kaSimakade yamvuthela u-Uza, uNkulunkulu wamshaya khona lapho ngenxa yesiphosiso sakhe; wafela ngasemphongolweni kaNkulunkulu.
2 Samuweli 6:8 - IsiZulu 2020 UDavide wathukuthela ngenxa yokuthi uSimakade wayehlasele u-Uza, wayiqamba leyo ndawo ngokuthi iPheresi Uza, kuze kube namuhla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UDavide wadabuka ngokuba uJehova emhlasele u-Uza, wayibiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-Uza* kuze kube namuhla. Contemporary Zulu Bible 2024 UDavide wadabuka ngokuba uJehova efohla e-Uza; wabiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-susa kuze kube namuhla. |
Intukuthelo kaSimakade yamvuthela u-Uza, uNkulunkulu wamshaya khona lapho ngenxa yesiphosiso sakhe; wafela ngasemphongolweni kaNkulunkulu.
Ngalolo lusuku, uDavide wamesaba uSimakade, wayesethi: “Umphongolo kaSimakade uyakuza kanjani kimi na?”
Ngenxa yokuba aniwuthwalanga ngesikhathi esedlule, uSimakade uNkulunkulu wethu wasithelekela, ngokuba asimfunanga njengokwesimiso.”
UNkulunkulu wathi kuJona: “Unaso yini isizathu sokuba uthukuthele kangaka ngenxa yomhlakuva na?” Wathi: “Ngithukuthele kakhulu ngangokuba ngingafa nokufa.”