Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




2 Samuweli 3:34 - IsiZulu 2020

Izandla zakho bezingaboshiwe, izinyawo zakho zingafakwanga maketanga, uwe njengomuntu owa phambi kwezikhohlakali.” Bonke abantu baphinda bamkhalela.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Izandla zakho zazingaboshiwe, nezinyawo zakho zazingafakwanga emaketangeni; wawa njengomuntu owayo phambi kwabantu ababi.” Bonke abantu baphinda bemkhalela.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Izandla zakho bezingaboshiwe, nezinyawo zakho bezingafakwanga ngamaketanga; njengokuwa komuntu phambi kwababi, niwile kanjalo nina. Futhi bonke abantu baphinde bamkhalela.

Uka jalj uñjjattʼäta



2 Samuweli 3:34
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Balila, bakhala, bazila kwaze kwahlwa ngenxa kaSawule noJonathani, indodana yakhe, nabantu bakaSimakade, nendlu ka-Israyeli, ngokuba babebulewe ngenkemba.


Inkosi yamlilela u-Abhineri, yathi: “U-Abhineri ubengafa njengokufa kwesiwula na?


Abantu bonke bafika bamncenga uDavide ukuba adle isinkwa kusesemini, kodwa uDavide wafunga wathi: “Makenze kanjalo kimi uNkulunkulu, enezele futhi, uma ngidla isinkwa noma okunye lingakashoni ilanga.”


Umbulali uvuka ngovivi, abulale ompofu nontulayo; ebusuku ufana nesela.


“ ‘ “Leso-ke yisililo abantu abayakusihlabelela. Amadodakazi ezizwe ayakusihlabelela, elilela iGibhithe naso sonke isixuku salo,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade.


Njengeqembu labaphangi lilalele umuntu unyendle, kanjalo neqembu labaphristi liyabulala endleleni eya eShekhemu, impela benza inkohlakalo.


AmaFilisti ambamba, amkhipha amehlo, amehlisela eGaza, ambopha ngamaketanga ethusi. Wagwedla isigayo ejele.