Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




2 Samuweli 3:26 - IsiZulu 2020

UJowabe, esephumile phambi kukaDavide, wathumela izithunywa emva kuka-Abhineri, zambuyisa esengasemthonjeni eSira, kodwa uDavide wayengazi ngalokho.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UJowabe esephumile kuDavide wathuma izithunywa ukulandela u-Abineri, zambuyisa emthonjeni waseSira, kepha uDavide wayengakwazi lokho.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

UJowabe esephumile kuDavide, wathuma izithunywa ukuba zilandele u-Abineri, zambuyisa emgodini waseSira; kepha uDavide ubengakwazi lokho.

Uka jalj uñjjattʼäta



2 Samuweli 3:26
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyazi ukuthi u-Abhineri, indodana kaNeri, ubeze ukuzokukhohlisa, nokwazi ukuphuma nokungena kwakho, nokuthi akwazi konke okwenzayo.”


U-Abhineri esebuyele eHebhroni, uJowabe wambizela eceleni ngasesangweni ukuze akhulume naye ngasese. Wamgwaza esiswini wafela lapho, ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.