Khona lapho, kwafika izinceku zikaDavide noJowabe zibuya kohlasela, ziphethe impango eningi. U-Abhineri wayesesukile kuDavide eHebhroni, kwazise wayesemhambise ngokuthula.
2 Samuweli 3:23 - IsiZulu 2020 Esefikile uJowabe nawo wonke amabutho ayehambe nawo, bamtshela uJowabe, bathi: “U-Abhineri, indodana kaNeri, ubeze enkosini, inkosi imdedele, wahamba ngokuthula.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esefikile uJowabe nempi yonke eyayinaye, bamtshela uJowabe ukuthi: “U-Abineri indodana kaNeri wafika enkosini; immukisile, wahamba ngokuthula.” Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho uJowabe lebutho lonke elalilaye sebefikile, bamtshela uJowabi bathi: UAbhineri indodana kaNeri wafika enkosini, yammukisa, yahamba ngokuthula. |
Khona lapho, kwafika izinceku zikaDavide noJowabe zibuya kohlasela, ziphethe impango eningi. U-Abhineri wayesesukile kuDavide eHebhroni, kwazise wayesemhambise ngokuthula.
UJowabe waya enkosini wathi kuyo: “Ukwenzeleni lokhu na? Bheka, u-Abhineri ubefikile kuwe; umyekeleni wahamba ngokuthula na?
Igama lomkaSawule ngu-Ahinohama, indodakazi ka-Ahimazi. Umkhuzi wempi yakhe kungu-Abhineri, indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.