Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




2 Samuweli 2:30 - IsiZulu 2020

UJowabe wabuya ekuhubheni u-Abhineri. Wayesebahlanganisa bonke abantu, kodwa kwabonakala ukuthi zili-19 izinceku zikaDavide ezafayo, ezingatholakalanga no-Asaheli.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UJowabe wabuya ekumxosheni u-Abineri; lapho esebuthile bonke abantu, kwasilala kuzo izinceku zikaDavide abantu abayishumi nesishiyagalolunye no-Asaheli.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

UJowabe wabuya emva kuka-Abineri, wababizela ndawonye bonke abantu, kwadabula amadoda ayishumi nesishiyagalolunye no-Asaheli ezincekwini zikaDavide.

Uka jalj uñjjattʼäta



2 Samuweli 2:30
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abhineri nabantu bakhe bahamba ubusuku bonke, badabula e-Araba, bawela iJordani, basidabula sonke isifunda iBhithroni, baze bayofinyelela eMahanayimi.


Kepha izinceku zikaDavide zazibulele abakwaBhenjamini nabakwa-Abhineri abangama-360.