Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




2 Samuweli 19:2 - IsiZulu 2020

Ukunqoba ngalolo lusuku kwaphenduka isililo kubo bonke abantu, ngokuba abantu bezwa kuthiwa ngalolo lusuku: “Inkosi idabukile ngenxa yendodana yayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubantu bonke, ngokuba abantu bezwa kwathiwa ngalolo suku: “Inkosi idabukile ngendodana yayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubo bonke abantu, ngokuba abantu bezwa ngalolo suku ukuthi inkosi idabukile ngendodana yayo.

Uka jalj uñjjattʼäta



2 Samuweli 19:2
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJowabe, indodana kaZeruya, wabona ukuthi inhliziyo yenkosi iku-Absalomu.


Kwabikelwa uJowabe ukuthi: “Bheka, inkosi iyakhala, ililela u-Absalomu.”


Abantu bangena benyenya emzini ngalolo lusuku kungathi banamahloni, ngoba bebalekela impi.


Uma inkosi ithokozile kukhona ukuphila, nesisa sayo sinjengefu lemvula yakamuva.


Ukuthukuthela kwenkosi kunjengokubhonga kwengonyama, kepha isihe sayo sinjengamazolo otshanini.