Uma wenza okuhle, awuzukwamukela okuhle yini na? Uma ungenzi kahle, isono sisemnyango, siyakunyonyobela; sifuna wena, kodwa wena sinqobe.”
2 Samuweli 11:6 - IsiZulu 2020 UDavide wayesethumela kuJowabe, ethi: “Thumela kimi u-Uriya, umHithi.” UJowabe wamthumela u-Uriya kuDavide. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UDavide wayesethumela kuJowabe ngokuthi: “Thuma kimi u-Uriya umHeti.” UJowabe wamthuma u-Uriya kuDavide. Contemporary Zulu Bible 2024 UDavida wasethumela kuJowabi esithi: Thumela kimi uUriya umHethi. UJowabe wayesethuma u-Uriya kuDavide. |
Uma wenza okuhle, awuzukwamukela okuhle yini na? Uma ungenzi kahle, isono sisemnyango, siyakunyonyobela; sifuna wena, kodwa wena sinqobe.”
Owesifazane wakhulelwa, wathumela ukuba kuyobikelwa uDavide, wathi: “Ngikhulelwe.”
U-Uriya wafika kuye, uDavide wayesebuza ukuthi unjani uJowabe, nokuthi impi ihamba kanjani.
Ofihla iziphambeko zakhe akayukuphumelela, kepha ozivumayo azishiye uyakuthola umusa.
INkosi yathi: “Ngenxa yokuthi laba bantu basondela kimi ngemilomo nje, futhi bangidumise ngezindebe zabo nje, izinhliziyo zabo zibe zikude nami, ukungidumisa kwabo kungumyalo wabantu abawufundisiweyo nje,
UPhethro waqala ukuqalekisa nokufunga, ethi: “Angimazi lowo muntu.” Masinyane, lakhala iqhude.
Wayesethi uSawule: “Impela ngonile, kodwa ake ungituse manje phambi kwamalunga abantu bami naphambi kuka-Israyeli, ubuye nami ukuba ngikhuleke kuSimakade uNkulunkulu wakho.”