Amabutho aseleyo wawashiya esandleni sika-Abhishayi, umfowabo, wawathuma ukuba ayokulwa nabakwa-Amoni.
2 Samuweli 10:11 - IsiZulu 2020 UJowabe wathi ku-Abhishayi: “Uma ama-Aramu enamandla kunami, uyoza uzongisiza, kanjalo uma abakwa-Amoni benamandla kunawe, ngizofika ngizokusiza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi: “Uma ama-Aramu engahlula, uyakungisiza; kepha uma abantwana bakwa-Amoni bekwahlula, ngiyakufika ngikusize. Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi: “Uma ama-Aramu engihlula, uyakungisiza; kepha uma abantwana bakwa-Amoni benamandla kunawe, ngiyakuza, ngikusize; |
Amabutho aseleyo wawashiya esandleni sika-Abhishayi, umfowabo, wawathuma ukuba ayokulwa nabakwa-Amoni.
Qina, masisebenzise amandla ethu ngenxa yabantu bakithi nangenxa yemizi kaNkulunkulu wethu; uSimakade makenze okuhle emehlweni akhe.”
Uma nizwa kuhlatshwa umkhosi ngecilongo, anobuthana ngakimi. UNkulunkulu wethu uzosilwela.”
Kepha Mina ngikunxusele ukuba ukukholwa kwakho kungapheli. Wena-ke, uma usuphendukile, uqinise abafowenu.”
Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka balabo abangenamandla, singazithokozisi thina.