Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




2 Samuweli 1:18 - IsiZulu 2020

Wayaleza ukuba iCulo Lomnsalo lifundiswe abakwaJuda; libhalwe eNcwadini kaJashari. Wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

wathi mabafundiswe abantwana bakwaJuda eyoMnsalo; bheka, silotshiwe eNcwadini Yoqotho.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

(Futhi wabayala ukuba bafundise abantwana bakwaJuda ukusebenzisa umnsalo; bheka, kulotshiwe encwadini kaJasheri.)

Uka jalj uñjjattʼäta



2 Samuweli 1:18
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Juda, abafowenu bayokudumisa. Isandla sakho siyohlala entanyeni yezitha zakho, amadodana kayihlo akukhothamele.


“Udumo lwakho, Israyeli, lubulewe ezindaweni eziphakemeyo. Yeka ukuwa kwamaqhawe!


lwalunjani usuku owema ngalo phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho eHorebhe, lapho uSimakade athi kimi: ‘Ngiqoqele abantu ukuze ngibazwise amazwi ami, bafunde ukungesaba zonke izinsuku zokuhamba kwabo emhlabeni, futhi bawafundise nabantwana babo.’


Lase lima ilanga, nenyanga yema, abantu baze baziphindiselela ezitheni zabo. Akulotshiwe yini lokho encwadini yolungileyo, na? Ilanga lema phakathi nomkhathi, alisheshanga ukushona kwangathi wusuku lonke.