UNkulunkulu wathi: “Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, ozokwehlukanisa amanzi kwamanye.”
2 kaPetru 3:5 - IsiZulu 2020 Ngokuba benza sengathi kufihlekile kubo ukuthi izulu lalikhona kwasemandulo, kanye nomhlaba owavela emanzini nangawo amanzi, kwadalwa ngezwi likaNkulunkulu, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba bathanda ukukhohlwa lokhu ukuthi kwaphakade izulu lalikhona kanye nomhlaba owavela emanzini nangawo amanzi, umi ngezwi likaNkulunkulu, Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba lokhu abakwazi ngokuthanda kwabo, ukuthi amazulu ayekhona kwasendulo ngezwi likaNkulunkulu, nomhlaba umi emanzini nasemanzini. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba lokhu abakwazi ngokuthanda kwabo, ukuthi amazulu ayekhona kwasendulo ngezwi likaNkulunkulu, nomhlaba umi emanzini nasemanzini. |
UNkulunkulu wathi: “Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, ozokwehlukanisa amanzi kwamanye.”
UNkulunkulu wathi: “Amanzi aphansi kwesibhakabhaka mawaqoqeleke ndawonye, kuvele umhlabathi owomileyo.” Kwaba njalo.
Yini ukuba isiwula sibe nemali yokuthenga ukuhlakanipha esandleni, sibe singenangqondo na?
Njengalokhu benqaba ukukubona, kuyinto enhle ukumazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabayekela ekungaqondini kwabo ukwenza okungemukelekile.
Yona ingaphambi kwakho konke, zonke izinto zibambene zimi ezindaweni zazo ngayo.
Ngokukholwa, siqonda ukuthi umhlaba wadalwa ngezwi likaNkulunkulu, kwaze kwathi kulokho okungabonakaliyo kwavela okubonakalayo.