Lapho ningena nje emzini niyomfumana, engakenyukeli endaweni ephakemeyo ukuyokudla; ngokuba nabantu abayukudla engakafiki, ngoba nguye obusisa umhlatshelo andukuba abamenyiweyo badle. Khuphukani khona manje, nizomthola ngalesi sikhathi.”
1 Samuweli 9:14 - IsiZulu 2020 Benyukela emzini; kuthe besangena khona, uSamuweli wazithela kubo, lapho ephuma enyukela endaweni ephakemeyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Benyukela emzini; besangena emzini, bheka, uSamuweli waphumela kubo ukuyakwenyukela endaweni ephakemeyo. Contemporary Zulu Bible 2024 Base benyukela emzini, bengena emzini, uSamuweli waphuma ukuwahlangabeza ekhuphukela endaweni ephakemeyo. |