iyakuzibekela wona abe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zama-50, alime umhlabathi wayo, avune isivuno sayo, enze izikhali zayo zempi nempahla yezinqola zayo.
1 Samuweli 8:13 - IsiZulu 2020 Iyakuthatha amadodakazi enu abe ngabathaki bamakha, nabapheki, nababhakizinkwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Iyakuthatha amadodakazi enu abe ngabathaki, nabapheki, nabaphekizinkwa. Contemporary Zulu Bible 2024 Iyakuthatha amadodakazi enu abe abapheki, nabapheki, nababhaki. |
iyakuzibekela wona abe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zama-50, alime umhlabathi wayo, avune isivuno sayo, enze izikhali zayo zempi nempahla yezinqola zayo.
Iyakuthatha amasimu enu, izivini zenu neminqumo yenu emihle, iyakukuthatha ikunike izinceku zayo.