UJakobe wathi: “Inkosi yami iyazibonela ukuthi abantwana basebancane, nokuthi izimvu nezinkomo engiziqhubayo ziyancelisa. Uma singakuxina usuku lube lunye nje, kungafa wonke umhlambi.
1 Samuweli 6:10 - IsiZulu 2020 Abantu benza kanjalo, bathatha izinkomazi ezimbili ezincelisayo, bazibophela enqoleni, kwathi amankonyane azo bawavalela ekhaya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantu benze njalo; bathatha izinkomo ezimbili ezincelisayo, bazibophela enqoleni, bazivalela amankonyane azo ekhaya, Contemporary Zulu Bible 2024 Amadoda enza njalo; athatha izinkomo ezimbili ezanyisayo, azibophela enqoleni, azivalela amathole azo endlini. |
UJakobe wathi: “Inkosi yami iyazibonela ukuthi abantwana basebancane, nokuthi izimvu nezinkomo engiziqhubayo ziyancelisa. Uma singakuxina usuku lube lunye nje, kungafa wonke umhlambi.
Kwathi ngokwesikhombisa yathi: “Bheka, kukhuphuka ifu elincane olwandle, lingangesandla somuntu.” Wayesethi: “Khuphuka, umtshele u-Ahabi uthi: ‘Bophela, wehle, funa uvinjezelwe yimvula.’ ”
Babeka umphongolo kaSimakade enqoleni nebhokisi lamagundane egolide nemifanekiso yegolide yamathumba abo.
Bhekani, uma zenyuka nawo ngendlela esemngceleni waseBhethi Shemeshi, yazini ukuthi nguNkulunkulu ka-Israyeli osehlisele lobo bubi obukhulu. Uma kungenzeki kanjalo, kuyobe sehlelwe yingozi nje.”