ngathi: ‘Uyokhuphuka ugcine lapha, kepha awuyukudlula, kulapho amaza akho aziqhenyayo azokuma khona’?
1 Samuweli 30:2 - IsiZulu 2020 Ayethumbe nabesifazane ababelapho, kusukela kwabancane kuya kwabadala, awaze abulala muntu, abaqhuba, ahamba nabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE athumba abesifazane ababe phakathi, abancane nabakhulu engabulalanga muntu, abamukisa, ahamba indlela yawo. Contemporary Zulu Bible 2024 Bathumba abesifazane ababekulo beyiziboshwa; |
ngathi: ‘Uyokhuphuka ugcine lapha, kepha awuyukudlula, kulapho amaza akho aziqhenyayo azokuma khona’?
UDavide akashiyanga owesilisa nowesifazane ephila ukuze abayise eGathi, ngoba wathi: “Hleze basicebe, bathi: ‘UDavide wenze lokhu nalokhu. UDavide wenza kanjalo zonke izinsuku ehleli ezweni lamaFilisti.’ ”
Akukho namunye owasilela, omncane noma omkhulu, amadodana namadodakazi, impango noma okunye nje ababezithathele khona. UDavide wakubuyisa konke.
Lapho uDavide nabantu bakhe befika emzini, bheka, wawushiswe ngomlilo; omkabo, amadodana abo, namadodakazi abo bethunjiwe.