Kwathi esezile ukudla izinsuku ezingama-40 nobusuku obungama-40, ekugcineni walamba.
1 Samuweli 17:16 - IsiZulu 2020 Njalo ekuseni nakusihlwa umFilisti wayephuma, ame, kwaze kwaba yizinsuku ezingama-40. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UmFilisti wasondela ekuseni nakusihlwa, wema khona izinsuku ezingamashumi amane. Contemporary Zulu Bible 2024 UmFilisti wayesesondela ekuseni nakusihlwa, wamhambela izinsuku ezingamashumi amane. |
Kwathi esezile ukudla izinsuku ezingama-40 nobusuku obungama-40, ekugcineni walamba.
walingwa nguSathane izinsuku ezingama-40. Akadlanga lutho ngalezo zinsuku; kuthe seziphelile, walamba.
UJese wathi kuDavide, indodana yakhe: “Ake uthathele abafowenu i-efa lotshwele nalezi zinkwa ezilishumi, uphuthume ubahambisele enkanjini yabo.