uyokuzwa abakushoyo, emveni kwalokho uyakuqina idolo, wehlele enkanjini.” Wahamba noPhura, inceku yakhe, waya emaphethelweni alabo abahlomile ababesenkanjini.
1 Samuweli 14:9 - IsiZulu 2020 Uma bethi kithi: ‘Hlalani size sifike kini,’ siyakuma endaweni yethu, singenyukeli kubo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma bethi kithi: ‘Hlalani size sifike kini,’ khona siyakuma endaweni yethu, singenyukeli kubo. Contemporary Zulu Bible 2024 Uma besho kanje kithi ukuthi: ‘Thulani, size sifike kini; khona siyakuma endaweni yethu, singakhuphukeli kubo. |
uyokuzwa abakushoyo, emveni kwalokho uyakuqina idolo, wehlele enkanjini.” Wahamba noPhura, inceku yakhe, waya emaphethelweni alabo abahlomile ababesenkanjini.
Kepha uma bethi: ‘Yenyukelani kithi,’ siyakwenyuka, ngokuba uSimakade uyakubanikela esandleni sethu; lokho kuyakuba yisibonakaliso kithi.”
UJonathani wayesethi kuye: “Uyabona-ke, siyakuwela, siye kulabo bantu, siziveze kubo.