Langa limbe uJonathani, indodana kaSawule, wathi odibini lwakhe: “Woza siwele, siye ebuthweni lamaFilisti elingaphesheya.” Kepha akamazisanga uyise ngalokho.
1 Samuweli 14:2 - IsiZulu 2020 USawule wahlala emaphethelweni eGibheya, phansi kwesihlahla samahananadi eMigroni. Wayenabantu abangama-600 ababenaye lapho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USawule wahlala emaphethelweni aseGibeya phansi kompomegranati* oseMigroni; abantu ababe naye babe ngamakhulu ayisithupha; Contemporary Zulu Bible 2024 USawuli wasehlala ekupheleni kweGibeya ngaphansi kompomegranati oseMigroni; amadoda ayenaye kungathi amadoda angamakhulu ayisithupha; |
Langa limbe uJonathani, indodana kaSawule, wathi odibini lwakhe: “Woza siwele, siye ebuthweni lamaFilisti elingaphesheya.” Kepha akamazisanga uyise ngalokho.
USawule wezwa ukuthi uDavide nabantu ayekanye nabo babebonakele. USawule wayeseGibheya, ehleli phansi kwesihlahla somthamariske egqumeni, ephethe umkhonto esandleni, izinceku zakhe zonke zazimi naye.