Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




1 Samuweli 1:4 - IsiZulu 2020

Kwathi ngosuku u-Elikhana ahlaba ngalo, wanika uPhenina nawo wonke amadodana namadodakazi akhe izabelo zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwathi ngosuku u-Elkana ahlaba ngalo, wanika uPhenina umkakhe nawo onke amadodana akhe namadodakazi akhe izabelo;

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kwasekusithi lapho uElkana enikela umhlatshelo, wanika umkakhe uPhenina lawo wonke amadodana akhe lamadodakazi akhe izabelo.

Uka jalj uñjjattʼäta



1 Samuweli 1:4
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

izinso zombili namafutha azembozile ngasokhalo, nengxenye yesibindi, akukhiphe konke.


Inyama yomnikelo wakhe wokubonga ukuthula iyodliwa ngosuku anikele ngalo; akuyukushiywa lutho lwayo kuze kube sekuseni.


Uyokwenama phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho, wena nendodana yakho, indodakazi yakho, inceku yakho, incekukazi yakho, umLevi ohlala emzini wakho, umfokazi, intandane, nomfelokazi ohlala phakathi kwenu, uyokwenza lokhu endaweni uSimakade uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba igama lakhe lihlale khona.