uma udedisele kude inkohlakalo esesandleni sakho, ungakuhlalisi ukungalungi emathendeni akho,
1 Samuweli 1:14 - IsiZulu 2020 U-Eli wathi kuye: “Uyakudakwa kuze kube nini na? Susa iwayini lakho kuwe.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Eli wathi kuye: “Uyakudakwa kuze kube nini na? Susa iwayini lakho kuwe.” Contemporary Zulu Bible 2024 UEli wasesithi kuye: Uzadakwa kuze kube nini? susa iwayini lakho kuwe. |
uma udedisele kude inkohlakalo esesandleni sakho, ungakuhlalisi ukungalungi emathendeni akho,
Kuyoze kube nini, nisukela umuntu ukuba nimbulale nonke, njengodonga olutshekile nothango oludilikayo na?
Bonke bagcwala uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokhu uMoya wabapha ukuphumisela.
Ngakho-ke hlukanani namanga, nikhulume iqiniso, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe, ngokuba singamalungu omunye elomunye.
Makususwe kini bonke ubumunyu, intukuthelo, ulaka, umsindo, ukuhlambalaza, nakho konke okubi.