Ngokuba yilowo nalowo owenza intando kaBaba osezulwini, ungumfowethu nodadewethu nomame.”
1 kuThimothewu 5:2 - IsiZulu 2020 abesifazane asebekhulile ubayale njengonyoko, nalabo abasebasha njengodadewenu, ngenhlanzeko yonke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE abesifazane abadala njengawonyoko, nabesifazane abasha njengawodadewenu ngenhlanzeko epheleleyo. Baasraak Zulu New Testament Bible Abesifazane abadala njengawonyoko; abasha njengawodadewenu, ngobuqotho bonke. Contemporary Zulu Bible 2024 Abesifazane abadala njengawonyoko; abasha njengawodadewenu, ngobuqotho bonke. |
Ngokuba yilowo nalowo owenza intando kaBaba osezulwini, ungumfowethu nodadewethu nomame.”
Elokugcina, bazalwane, konke okuyiqiniso, konke okuhloniphekayo, konke okulungileyo, konke okumhlophe, konke okuthandekayo, konke okutusekayo, uma kukhona okuhle, noma okubongekayo, zindlani ngakho.
Makungabi bikho muntu owedelela ubusha bakho, kodwa yiba yisibonelo kwabakholwayo ngokukhuluma, ngokuziphatha, ngothando, ngokukholwa nangokuhlanzeka.
Ungayikhaci indoda endala, kodwa yiyale njengoyihlo, abesilisa abasebasha njengabafowenu,
Ngakho-ke zibalekele izinkanuko zobusha, uphokophelele ukulunga, ukukholwa, uthando, ukuthula kanye nalabo abakhuleka eNkosini ngenhliziyo ehlanzekileyo.