unokukholwa nonembeza omuhle, abanye abakulahlile, bafelwa ngumkhumbi wabo wokukholwa,
1 kuThimothewu 3:9 - IsiZulu 2020 kodwa agcine imfihlakalo yokukholwa ngonembeza omsulwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ephethe imfihlakalo yokukholwa kunembeza omhlophe. Baasraak Zulu New Testament Bible nibambe imfihlakalo yokukholwa kunembeza omhlophe. Contemporary Zulu Bible 2024 nibambe imfihlakalo yokukholwa kunembeza omhlophe. |
unokukholwa nonembeza omuhle, abanye abakulahlile, bafelwa ngumkhumbi wabo wokukholwa,
Kepha umgomo womyalo wuthando oluvela enhliziyweni ehlanzekileyo, nakunembeza omuhle, nasekukholweni okungazenzisiyo.
Akuthandabuzwa ukuthi inkulu imfihlakalo yenkolo yethu yokuthi: Owabonakaliswa engumuntu nje, wafakazelwa nguMoya, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, bakholwa nguye emhlabeni, wenyuselwa enkazimulweni.