NguYena oyakuniqinisa nani kuze kube sekugcineni, ningabi nacala ngosuku lweNkosi yethu uJesu Khristu.
1 kuThimothewu 3:10 - IsiZulu 2020 Kufanele ahlolwe kuqala andukuba abe ngamadikoni, abe ngangasolekiyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nalabo mabaqale bahlolwe, andukuba babe ngamadiyakoni, uma bengasoleki. Baasraak Zulu New Testament Bible Nalaba mabaqale bahlolwe; khona-ke mabasebenzise isikhundla sobudikoni bengasoleki. Contemporary Zulu Bible 2024 Nalaba mabaqale bahlolwe; khona-ke mabasebenzise isikhundla sobudikoni bengasoleki. |
NguYena oyakuniqinisa nani kuze kube sekugcineni, ningabi nacala ngosuku lweNkosi yethu uJesu Khristu.
nokho manje usebuyisene nani emzimbeni wenyama yayo ngokufa ukuba animise ningcwele, ningenasisihla nacala phambi kwakhe,
Ngokuba lawo akhonze kahle, azuza igama elihle nesibindi esikhulu ekukholweni kuKhristu uJesu.
Ngakho-ke kufanele ukuba umphathi abe ngumuntu ongasolekiyo, indoda emfazi munye, abe ngozikhuzayo, ozithibayo, ohloniphekileyo, opha izihambi, onobuciko bokufundisa,
Umphathi makangabi ngumuntu osanda kukholwa, funa athi ngokuphakama, awele ekulahlweni kukaSathane.
Ungaxhamazeli ubeke izandla kunoma ngubani, futhi ungahlanganyeli ezonweni zabanye, kodwa uhlale umsulwa.
Bathandekayo, ningakholwa yibo bonke omoya, kodwa bahloleni omoya ukuthi ngabe bangabakaNkulunkulu yini. Ngokuba baningi abaphrofethi bamanga abaphumele ezweni.