Ngokuba konke kuvela kuye, kukhona ngaye, kubuyela kuye; makube kuye inkazimulo kuze kube phakade. Amen.
1 kaPetru 5:11 - IsiZulu 2020 Makube kuye amandla kuze kube phakade naphakade. Amen. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Makube kuye amandla kuze kube phakade naphakade. Amen. Baasraak Zulu New Testament Bible Makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen. Contemporary Zulu Bible 2024 Makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen. |
Ngokuba konke kuvela kuye, kukhona ngaye, kubuyela kuye; makube kuye inkazimulo kuze kube phakade. Amen.
Uma umuntu ekhuluma, makakhulume ngokwamazwi avela kuNkulunkulu. Uma umuntu ekhonza, makakhonze njengokwamandla awanikwa nguNkulunkulu, ukuze uNkulunkulu adunyiswe kukho konke ngoJesu Khristu okukuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.
wasenza saba ngumbuso nabaphristi kuNkulunkulu uYise, makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade. Amen.
Ngase ngizwa zonke izidalwa ezulwini, emhlabeni, phansi komhlaba, nasolwandle, zonke zithi: “KuYena ohleli esihlalweni sobukhosi nakuyo iMvana; makube udumo, inkazimulo, namandla, kuze kube phakade naphakade.”