USara ekuzwa lokho wahleka usulu, wathi: “Kuzothi sengiguge nginje, nomyeni wami esemdala kangaka, siphinde sithokozisane na?”
1 kaPetru 3:6 - IsiZulu 2020 njengoSara owamlalela u-Abhrahama embiza ngokuthi inkosi. Nina-ke ningabantwana bakhe uma nje nenza okuhle, ningesabi lutho okwesabisayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE njengalokho uSara wamlalela u-Abrahama embiza ngokuthi inkosi, eningabantwana bakhe, uma nenza okuhle, ningesatshiswa nokukodwa okwesabisayo. Baasraak Zulu New Testament Bible njengoba nje uSara wamlalela uAbrahama embiza ngokuthi nkosi; Contemporary Zulu Bible 2024 njengoba nje uSara wamlalela uAbrahama embiza ngokuthi nkosi; |
USara ekuzwa lokho wahleka usulu, wathi: “Kuzothi sengiguge nginje, nomyeni wami esemdala kangaka, siphinde sithokozisane na?”
USara washaywa wuvalo, wenza izaba wathi: “Angihlekanga.” Kepha iNkosi yathi: “Qha, uhlekile.”
khona inkosi izokhangwa ngubuhle bakho, ngokuba yona iyinkosi yakho, uboyikhothamela.
“Ngubani owawunovalo ngaye, futhi umesaba, waze waqamba amanga; awungikhumbulanga, futhi awukufakanga enhliziyweni yakho na? Angithulanga yini kwaze kweqa, okukwenze awaba nakungesaba na?
Kepha uPhethro noJohane babaphendula, bathi kubo: “Nqumani nina ukuba kulungile yini ebusweni bukaNkulunkulu ukulalela nina kunoNkulunkulu,
Ekuseni ngovivi lona wesifazane wafike wawela ngasemnyango wendlu yalelo khehla, lapho inkosi yakhe yayikhona, kwaze kwasa.