Kepha manje senikhululiwe esonweni, naba ngabakhonza uNkulunkulu; seninazo izithelo enizithelayo, kube ngukungcweliswa, nesiphetho salokho ngukuphila okuphakade.
1 kaPetru 1:9 - IsiZulu 2020 namukela umphumela wokukholwa kwenu oyinsindiso yemiphefumulo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE namukela isigcino sokukholwa kwenu esiyinsindiso yemiphefumulo. Baasraak Zulu New Testament Bible namukela isiphetho sokukholwa kwenu, ukusindiswa kwemiphefumulo yenu. Contemporary Zulu Bible 2024 namukela isiphetho sokukholwa kwenu, ukusindiswa kwemiphefumulo yenu. |
Kepha manje senikhululiwe esonweni, naba ngabakhonza uNkulunkulu; seninazo izithelo enizithelayo, kube ngukungcweliswa, nesiphetho salokho ngukuphila okuphakade.
Bonke laba bafa bekholiwe, bengazamukeliswanga izithembiso, kodwa bezibonile, bazithakasela zikude, bevumile ukuthi bangabafokazi nezihambi emhlabeni.
Ngakho-ke lahlani konke ukungcola nobubi okukini, namukele ngobumnene izwi elitshalwe kini, elinamandla okusindisa imiphefumulo yenu.
kulabo abangalalelanga lapho uNkulunkulu ebalindele ngokubekezela emihleni kaNowa, umkhumbi usakhiwa, okwasindiswa abayingcosana, abayisishiyagalombili ababekuwo, ngawo amanzi.