Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngibeka eSiyoni itshe, itshe elivivinyiwe, itshe legumbi elinqabileyo, isisekelo esiqinile; okholwayo akayikuxhamazela.
URuthe 3:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi: “Hlala uthule, ndodakazi yami, uze wazi ukuthi indaba izohamba kanjani; ngoba indoda ngeke iphumule ingakayiqedi indaba namuhla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi: “Hlala, ndodakazi yami, uze wazi ukuba le ndaba iyakuphethelaphi, ngokuba leyo ndoda ayiyikuphumula ingakaqedi indaba namuhla.” IsiZulu 2020 UNawomi wayesethi: “Hlala nje ndodakazi yami ulinde, uze ubone ukuthi lolu daba luphetha kanjani. Nakanjani ngeke behle ubuthongo kuBhowazi engaluphethile lolu daba.” |
Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngibeka eSiyoni itshe, itshe elivivinyiwe, itshe legumbi elinqabileyo, isisekelo esiqinile; okholwayo akayikuxhamazela.
Ngokuba abaseGibithe basiza ngeze nangeze; yingakho ngamemeza ngalokhu: Amandla abo yikuhlala bathule.
Wathi: “Lezi zilinganiso eziyisithupha zebhali unginikile; ngoba wathi kimi: Ungayi kunyokozala ulambatha.
UBhowazi wayesekhuphukela esangweni, wahlala khona; owathi kuye: O, onjalo! phambuka, uhlale lapha. Wasuka wahlala phansi.