UJehova wabonakala kuye ngalobo busuku, wathi: “NginguNkulunkulu kayihlo u-Abrahama; ungesabi, ngokuba nginawe, ngikubusise, ngandise inzalo yakho ngenxa ka-Abrahama inceku yami.
URuthe 3:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Manje, ndodakazi yami, ungesabi; Ngizokwenza kuwe noma yini oyicelayo, ngoba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesifazane oqotho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Manje, ndodakazi yami, ungesabi; ngiyakukwenzela konke okushoyo, ngokuba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesifazane olungileyo. IsiZulu 2020 Manje ndodakazi yami, ungesabi, konke okucelayo ngizokwenzela khona. Ngokuba bonke abantu bakithi bayazi ukuthi ungowesifazane onesimilo. |
UJehova wabonakala kuye ngalobo busuku, wathi: “NginguNkulunkulu kayihlo u-Abrahama; ungesabi, ngokuba nginawe, ngikubusise, ngandise inzalo yakho ngenxa ka-Abrahama inceku yami.
Umfazi olungileyo ungumqhele endodeni yakhe, kodwa onamahloni unjengokubola emathanjeni ayo.
Manje kuyiqiniso ukuthi ngiyisihlobo sakho segazi esiseduze nawe; kodwa kukhona isihlobo esiseduze kunami.