Ungamlahli umngane wakho nomngane kayihlo; ungangeni endlini yomfowenu ngosuku lwenhlekelele yakho, ngokuba umakhelwane oseduze ungcono kunomfowenu okude.
URuthe 2:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 UNawomi wayesethi kuRuthe umalokazana wakhe: “Kuhle, ndodakazi yami, ukuba uphume nezincekukazi zakhe, funa bahlangane nawe kwenye insimu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UNawomi wayesethi kuRuthe umalokazana wakhe: “Kuhle, ndodakazi yami, ukuba uphume namantombazana akhe, ungafikelwa kwenye insimu.” IsiZulu 2020 UNawomi wathi kumalokazana wakwakhe: “Kuhle ndodakazi yami, ubohamba nezincekukazi zakhe ukuze ungahlaselwa ngamadoda kwamanye amasimu.” |
Ungamlahli umngane wakho nomngane kayihlo; ungangeni endlini yomfowenu ngosuku lwenhlekelele yakho, ngokuba umakhelwane oseduze ungcono kunomfowenu okude.
Uma ungazi lokhu, wena muhlekazi phakathi kwabesifazane, hamba ezinyathelweni zomhlambi, nezimbuzi zakho zeluse ngasematendeni abelusi.
Kwathi uPetro esegcekeni ngaphansi, kwafika enye yezincekukazi zomphristi omkhulu.
URuthe wakwaMowabi wathi: “Naye wathi kimi: ‘Kumelwe ubambelele ezinsizweni zami zize ziqede zonke isivuno sami.’
Ngakho wanamathela emadodakazini kaBowazi ukukhothoza, kwaze kwaba sekupheleni kokuvunwa kwebhali nokuvunwa kukakolweni; wahlala noninazala.