Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




URuthe 2:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wakuthatha, waya emzini, uninazala wakubona abekuthathile;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wakuthatha, wangena emzini; uninazala wabona lokho abekukhothozile; wakhipha, wamnika lokho akushiyile esesuthile.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Wakuthwala ayekukhothozile waya nakho ekhaya. Uninazala wakubona ayekukhothozile; uRuthi wakhipha lokho kudla okwakusale edla wakunika uninazala.

Uka jalj uñjjattʼäta



URuthe 2:18
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha uma umfelokazi enabantwana noma enabazukulwane, labo-ke mabafunde kuqala ukuhlonipha ekhaya, babuyisele umvuzo kubazali babo, ngokuba lokho kuhle kuyabongeka phambi kukaNkulunkulu.


UBhowazi wathi kuye: “Woza lapha ngesikhathi sokudla, udle isinkwa, ugcobhoze ucezu lwakho kuviniga.” Wahlala phansi eduze kwabavuni, wafika kuye amabele akhanyiwe, wadla, wasutha, wahamba.


Wakhothoza ensimini kwaze kwahlwa, wabhula ayekukhothozile, kwaba yi-efa lebhali.