Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




URuthe 1:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wathi uNawomi: “Buyelani, madodakazi ami, niyakuhamba nami ngani na?” Asekhona amadodana esizalweni sami ukuba abe ngabayeni benu na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wayesethi uNawomi: “Buyani, madodakazi ami; nohambelani nami na? Ngisenamadodana ezibilinini zami ukuba abe ngabayeni benu na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UNawomi wabaphendula wathi: “Buyelani emuva madodakazi ami, nizohambelani nami, na? Asekhona yini amadodana ezibilini zami angaba ngabayeni benu, na?

Uka jalj uñjjattʼäta



URuthe 1:11
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJuda wasesithi kuTamari umalokazana wakhe: Hlala ungumfelokazi endlini kayihlo, ize ikhule uSela indodana yami; ngoba wathi: Ukuze angafi lanjengabafowabo. UTamari waya wahlala endlini kayise.


U-Onani wayesekwazi ukuthi inzalo ayiyikuba ngeyakhe; wathi engena kumkamfowabo, wathela emhlabathini ukuba angamniki umfowabo nzalo.


Uma izelamani behlala ndawonye, omunye wabo ashone engenamntwana, umkamufi makangendi owezizwe; umfowabo wendoda yakhe kumelwe angene naye amthathe abe ngumkakhe futhi afeze isibopho. Womfowabo womuntu ngaye.


Bathi kuye: “Impela siyakubuyela nawe kubantu bakini.”


Phendukani, madodakazi ami, nihambe; ngoba mina sengimdala kakhulu ukuthi ngingaba lendoda. Uma bengingathi: Nginethemba, uma nami ngingaba nendoda kulobu busuku, ngizale amadodana;