Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 8:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

U-Aroni kumelwe alethe amaLevi phambi kukaJehova abe ngumhlatshelo wabantwana bakwa-Israyeli, ukuze bafeze inkonzo kaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

u-Aroni azulise amaLevi phambi kukaJehova abe ngumnikelo wokuzuliswa ovela kubantwana bakwa-Israyeli, aze asebenze umsebenzi kaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

U-Aroni uyobaletha abaLevi phambi kukaSimakade babe ngumnikelo wokuzungeziswa ovela kubantu bakwa-Israyeli ukuze benze umsebenzi kaSimakade.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 8:11
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kumelwe unikele konke esandleni sika-Aroni nasesandleni samadodana akhe; futhi uwunyakazise njengomnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova.


Izandla zakhe uqobo ziyakuletha umnikelo womlilo kaJehova, amanoni kanye nesifuba, alethe lokhu ukuba isifuba sinyakaziswe njengomnikelo wokushiswa phambi kukaJehova.


Ngokuba isifuba esisuswayo nomlenze ngakususa kubantwana bakwa-Israyeli emihlatshelweni yokubonga ngakunika u-Aroni umpristi nakumadodana akhe, kube yisimiso esiphakade kubantwana bakwa-Israyeli.


Wakubeka konke ezandleni zika-Aroni nasezandleni zamadodana akhe, wakusondeza kwaba ngumnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova.


UMose wayesethatha isifuba, wasinyakazisa njengomnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova; ngoba enqameni yokwahlukaniselwa kwakuyisabelo sikaMose; njengalokho uJehova emyalile uMose.


Umpristi kumelwe akunyakazise njengomnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova; kungcwele kumpristi, kanye nesifuba esinyakaziswayo nomlenze wokushenxiswa; emva kwalokho umNaziri angaphuza iwayini.


Ngaleso sikhathi uJehova wahlukanisa isizwe sakwaLevi ukuba sithwale umphongolo wesivumelwano sikaJehova, sime phambi kukaJehova simkhonze, sibusise egameni lakhe kuze kube namuhla.