Lawa angamagama amadoda ayakuma nani: esizweni sakwaRubeni; u-Elisuri indodana kaSedewuri.
UNumeri 7:35 - Contemporary Zulu Bible 2024 Okomhlatshelo wokubonga nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezinqama eziyisihlanu, nezimvu zamaduna ezineminyaka emihlanu ubudala; lokho kwakungumnikelo ka-Elisuri indodana kaSedewuri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo ka-Elisuri indodana kaShedewuri. IsiZulu 2020 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa ngu-Elizuri, indodana kaShedewuri. |
Lawa angamagama amadoda ayakuma nani: esizweni sakwaRubeni; u-Elisuri indodana kaSedewuri.
Lakhuphuka ibhanela lekamu likaRubeni ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elisuri indodana kaSeduri;
Ibhanela lekamu likaRubeni liyakuba ngaseningizimu ngamabandla abo; isikhulu sabantwana bakwaRubeni siyakuba ngu-Elisuri indodana kaSedewuri.
Ngosuku lwesihlanu uShelumiyeli indodana kaSurisadayi, isikhulu sabantwana bakwaSimeyoni, wanikela.