Ngokuba awuyifuni imihlatshelo; ngaphandle kwalokho bengizokunika. Awuthokozi ngomnikelo wokushiswa.
UNumeri 7:27 - Contemporary Zulu Bible 2024 ijongosi elilodwa ithole lenkomo, inqama eyodwa, iwundlu lemvu elimnyaka munye kube ngumnikelo wokutshiswa; IBHAYIBHELI ELINGCWELE neduna libe linye, nenqama ibe nye, nemvu yeduna enomnyaka munye, kube ngumnikelo wokushiswa, IsiZulu 2020 iduna, inqama, nemvu yeduna enonyaka ukuze kube ngumnikelo wokushiswa, |
Ngokuba awuyifuni imihlatshelo; ngaphandle kwalokho bengizokunika. Awuthokozi ngomnikelo wokushiswa.
Buyini ubuningi bemihlatshelo yenu kimi na? usho uJehova, uthi: “Ngigcwele iminikelo yokushiswa yezinqama namanoni ezinkomo ezikhuluphalisiweyo; futhi angithokozi ngegazi lezinkunzi nelewundlu noma lezimbuzi.
Wacindezelwa, waba lusizi, kepha akawuvulanga umlomo wakhe; njengewundlu uyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu isimungulu phambi kwabagundi bayo, kanjalo akawuvuli umlomo wakhe.
Ngokuba angikhulumanga koyihlo, futhi angibayalanga ngosuku engabakhipha ngalo ezweni laseGibithe mayelana neminikelo yokushiswa nemihlatshelo.
Noma ningilethela iminikelo yenu yokushiswa neminikelo yenu eyenziwa ngomlilo, angiyikuthokoza ngayo; futhi angiyikunaka imihlatshelo yezinkomo zenu ezikhuluphele.
Ngangomuso wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu, elisusa izono zezwe.