Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 6:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

Angazingcolisi ngoyise noma ngonina, ngomfowabo noma ngodadewabo, uma befa, ngokuba ubungcwele bukaNkulunkulu wakhe buphezu kwekhanda lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Akayikuzingcolisa ngoyise noma ngonina, noma ngomfowabo noma ngodadewabo, nxa befile, ngokuba isithembiso sakhe sobuNaziri sisekhanda lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Akayukuzingcolisa noma ngabe kufa uyise noma unina, noma umfowabo noma udadewabo, ngokuba isithembiso sakhe sobunaziri sisekhanda lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 6:7
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Futhi bangasondeli kofileyo ukuba bamngcolise; kodwa ngenxa kayise noma unina noma indodana noma indodakazi, umfowabo noma udadewabo ababengenandoda bangazingcolisa.


Zonke izinsuku zobuNaziri bakhe ungcwele kuJehova.


Kwakukhona amadoda athile ayengcoliswe isidumbu somuntu, kangangokuthi ayengenakwenza iphasika ngalolo suku; bahamba phambi kukaMose no-Aroni ngalolo suku.