Aniyikuzigcaba enyameni yenu ngenxa yabafileyo, ningazifaki amabala; nginguJehova.
UNumeri 6:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Zonke izinsuku azahlukanisela ngazo uJehova, kayikusondela kofileyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zonke izinsuku engumNaziri kaJehova akayikusondela esidumbini. IsiZulu 2020 Akayukusondela esidunjini ngazo zonke izinsuku esengumnaziri kaSimakade. |
Aniyikuzigcaba enyameni yenu ngenxa yabafileyo, ningazifaki amabala; nginguJehova.
angaphumi endlini engcwele, angangcolisi indlu engcwele kaNkulunkulu wakhe; ngokuba umqhele wamafutha okugcoba kaNkulunkulu wakhe uphezu kwakhe; nginguJehova.
Ngakho-ke kusukela manje asisazi muntu ngokwenyama; yebo, noma sesimazi uKristu ngokwenyama, nokho kusukela manje asisamazi.