Banikela engcebweni yomsebenzi amadarike ayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha egolide namamane ayizinkulungwane ezinhlanu esiliva nezingubo eziyikhulu zabapristi ngokwamandla abo.
UNumeri 6:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lona ngumthetho womNaziri owenzé isithembiso nowomnikelo wakhe kuJehova ngenxa yobuNaziri bakhe, ngaphandle kwalokho esingakuthola isandla sakhe; njengesithembiso asethembisileyo uyakwenza kanjalo ngokomthetho wobuNaziri bakhe. Ukuhlukana kokuzalwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Lowo ungumthetho womNaziri owenzile isithembiso nowomnikelo wakhe kuJehova ngenxa yobuNaziri bakhe, ngaphandle kokunye angaphumelela kukho; njengesithembiso sakhe asenzayo uyakwenza kanjalo njengomthetho wobuNaziri.’ ” IsiZulu 2020 “ ‘Lowo ngumthetho womnaziri owenze isithembiso, nowomnikelo wakhe kuSimakade ngenxa yobunaziri bakhe, ngaphandle kokunye angaphumelela kukho. Njengesithembiso sakhe asenzayo, uyokwenza kanjalo, kungumthetho wobunaziri.’ ” |
Banikela engcebweni yomsebenzi amadarike ayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha egolide namamane ayizinkulungwane ezinhlanu esiliva nezingubo eziyikhulu zabapristi ngokwamandla abo.
Lona ngumthetho wesikhwele lapho owesifazane engena esikhundleni somyeni wakhe, angcoliswe;
Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Nxa indoda kumbe owesifazana ezahlukanisa ukwenza isithembiso somNaziri, ukuzahlukanisela eNkosini;
Umpristi kumelwe akunyakazise njengomnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova; kungcwele kumpristi, kanye nesifuba esinyakaziswayo nomlenze wokushenxiswa; emva kwalokho umNaziri angaphuza iwayini.
Kepha ningakhohlwa ukwenza okuhle nokuphana, ngokuba iminikelo enjalo uNkulunkulu uthokoziswa yiyo.