Uyakuveza ukulunga kwakho njengokukhanya nokwahlulela kwakho njengemini enkulu.
UNumeri 5:31 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona-ke indoda iyakuba msulwa ebubini, futhi lona wesifazane uyothwala ububi bakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Indoda iyakukhululeka ebubini, kepha owesifazane uyakubuthwala ububi bakhe.’ ” IsiZulu 2020 Indoda iyakukhululeka ebubini, kodwa owesifazane uyobuthwala ububi bakhe.’ ” |
Uyakuveza ukulunga kwakho njengokukhanya nokwahlulela kwakho njengemini enkulu.
Bhekani, yonke imiphefumulo ingeyami; njengomphefumulo kayise, unjalo umphefumulo wendodana yami; umphefumulo owonayo kumelwe ufe.
Umuntu ophinga nomfazi wenye indoda, nalowo ophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi bayakubulawa nokubulawa.
Noma uma kufika kuye umoya wesikhwele, abe nesikhwele ngomkayo, amlethe owesifazane phambi kukaJehova, umpristi enze kuye wonke lo mthetho;
Kepha umuntu ohlambulukileyo, engekho ohambweni, edelele ukugubha iphasika, lowo muntu uyakunqunywa phakathi kwabantu bakubo, ngokuba akanikelanga ngomhlatshelo weNkosi ngesikhathi esimisiweyo, lowo muntu uyakuwukhokha. Isono sakhe sigqoka.