Umoya wesikhwele wamfikela, waba nesikhwele ngomkakhe, wangcola; noma uma umoya wesikhwele umfikela, abe nesikhwele ngomkayo, kepha yena angangcoliswa;
UNumeri 5:30 - Contemporary Zulu Bible 2024 Noma uma kufika kuye umoya wesikhwele, abe nesikhwele ngomkayo, amlethe owesifazane phambi kukaJehova, umpristi enze kuye wonke lo mthetho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE noma lapho indoda ifikelwa ngumoya wesikhwele, ibe nesikhwele ngomkayo; khona iyakumbeka owesifazane phambi kukaJehova, umpristi agcine wonke lo mthetho kuye. IsiZulu 2020 nalapho indoda ivukwa yisikhwele, iba nesikhwele ngomkayo: iyommisa owesifazane phambi kukaSimakade, umphristi enze kuye konke okubalulwa yilo mthetho. |
Umoya wesikhwele wamfikela, waba nesikhwele ngomkakhe, wangcola; noma uma umoya wesikhwele umfikela, abe nesikhwele ngomkayo, kepha yena angangcoliswa;
Lona ngumthetho wesikhwele lapho owesifazane engena esikhundleni somyeni wakhe, angcoliswe;
Khona-ke indoda iyakuba msulwa ebubini, futhi lona wesifazane uyothwala ububi bakhe.