Mina, Jehova, ngihlola inhliziyo, ngivivinya izinso, ukuze nginike, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, njengokwezithelo zezenzo zakhe.
UNumeri 5:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Umpristi kumelwe amsondeze ammise phambi kukaJehova. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Umpristi uyakumsondeza, ambeke phambi kukaJehova, IsiZulu 2020 “ ‘Umphristi uyakumsondeza, ammise phambi kukaSimakade. |
Mina, Jehova, ngihlola inhliziyo, ngivivinya izinso, ukuze nginike, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, njengokwezithelo zezenzo zakhe.
Uma umhlatshelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wezinkomo, uyakuletha iduna elingenasici; woliletha ngokuzithandela phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana.
Khona-ke indoda kumelwe ilethe umkayo kumpristi, futhi kumelwe ilethe umnikelo wakhe, okweshumi kwe-efa likafulawa webhali; akayikuthela amafutha kuwo, angafaki nampepho phezu kwawo; ngoba kungumhlatshelo wokutshiseka, umnikelo wesikhumbuzo okhumbuza ububi.
Umpristi kumelwe athathe amanzi angcwele embizeni yobumba; umpristi athabathe othulini oluphansi kwetabernakele, aluphonse emanzini.
Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, nombhede ungabi nasisihla, kepha izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.