Bayakwendlala phezu kwayo indwangu ebomvu, bayimboze ngesigubungelo sezikhumba zamatahasi, bafake izinti zayo.
UNumeri 4:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Phezu kwetafula lesinkwa sokubukwa kumelwe bendlala indwangu ebubende babeke phezu kwalo izitsha nezinkezo nezitsha nezitsha zokubeka phezu kwazo; nesinkwa saphakade kumelwe sibe phezu kwayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Etafuleni lezinkwa zokubukwa bayakwendlala indwangu eluhlaza, babeke kuyo izingqwembe, nezinkezo, nezinkamba, nezindebe zokuthela; nesinkwa esinganqamukiyo siyakuba phezu kwalo. IsiZulu 2020 “Phezu kwetafula lezinkwa zobukhona, bayakwendlala indwangu eluhlaza okwesibhakabhaka, babeke kuyo izingqwembe, izinkezo, izinkamba, nezindebe zomnikelo wokuphuzwayo; kuhlale kunesinkwa phezu kwalo. |
Bayakwendlala phezu kwayo indwangu ebomvu, bayimboze ngesigubungelo sezikhumba zamatahasi, bafake izinti zayo.
Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu, wadla izinkwa zokubukwa, okwakungavunyelwe yena ukuthi azidle, nalabo ababenaye, kubapristi bodwa?