Labo ababalwayo ngenani labo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisithupha namakhulu amabili.
UNumeri 4:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 labo ababalwayo ngemindeni yabo babe yizinkulungwane ezintathu namakhulu amabili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE labo ababalwayo kubo ngemindeni yabo babe yizinkulungwane ezintathu namakhulu amabili. IsiZulu 2020 labo ababalwayo kubo ngemindeni yabo, babeyizi-3 200. |
Labo ababalwayo ngenani labo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisithupha namakhulu amabili.
kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuze kufike kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abangena enkonzweni yomsebenzi etendeni lokuhlangana,
Lezi ziyizibalo zezizukulwane zamadodana kaMerari, uMose no-Aroni ababala njengezwi likaJehova ngomsebenzi kaMose.
Anifikelwa ukulingwa okuvamile kubantu, kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu; kepha kanye nokulingwa uyakunenza nendlela yokuphunyuka, nize nibe-namandla okukuthwala.
Izicathulo zakho kumelwe zibe yinsimbi nethusi; futhi njengezinsuku zakho, ayakuba njalo amandla akho.