nezinsika zegceke nxazonke, nezinyawo zazo, nezikhonkwane zazo, nezintambo zazo.
UNumeri 4:29 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuqondene namadodana kaMerari, kumelwe niwabale ngezizukulwane zawo ngemindeni yawo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Amadodana kaMerari uwabale ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise; IsiZulu 2020 “Abozalo lukaMerari uyobabala ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho babo; |
nezinsika zegceke nxazonke, nezinyawo zazo, nezikhonkwane zazo, nezintambo zazo.
Lona ngumsebenzi wenkonzo ezizukulwaneni zamadodana kaGereshoni etendeni lokuhlangana; inkonzo yawo ingaphansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.
kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuse kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, wobabala bonke abangena enkonzweni ukwenza umsebenzi wetende lokuhlangana.
Wanika amadodana kaMerari izinqola ezine nezinkabi eziyisishiyagalombili ngokomsebenzi wawo phansi kwesandla sika-Ithamari indodana ka-Aroni umpristi.