UBenjamini uklebhula njengempisi; ekuseni uyakushwabadela impango, ebusuku ahlukanise impango.
UNumeri 34:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Owesizwe sakwaBenjamini: u-Elidadi indodana kaKisiloni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esizweni sakwaBenjamini: ngu-Elidadi indodana kaKisiloni. IsiZulu 2020 Esizwaneni sakwaBhenjamini: ngu-Elidadi, indodana kaKhisiloni. |
UBenjamini uklebhula njengempisi; ekuseni uyakushwabadela impango, ebusuku ahlukanise impango.
Kukhona uBenjamini omncane kanye nabaholi babo, izikhulu zakwaJuda nomkhandlu wabo, izikhulu zakwaZebuloni nezikhulu zakwaNafetali.
NgoBhenjamini wathi: “Othandiweyo kaJehova uyakuhlala naye elondekile; uJehova uyakumsibekela usuku lonke, ahlale phakathi kwamahlombe akhe.