Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; wathi: “Ngokuba uJehova ezwile ukuthi ngiyazondwa, wanginika le ndodana; waqamba igama layo ngokuthi uSimeyoni.
UNumeri 34:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Esizweni sabantwana bakwaSimeyoni: uSemuweli indodana ka-Amihudi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esizweni sabantwana bakwaSimeyoni: nguShemuweli indodana ka-Amihudi. IsiZulu 2020 “Esizwaneni sabozalo lukaSimeyoni: nguShemuweli, indodana ka-Amihudi. |
Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; wathi: “Ngokuba uJehova ezwile ukuthi ngiyazondwa, wanginika le ndodana; waqamba igama layo ngokuthi uSimeyoni.
Eceleni komkhawulo wakwaBenjamini, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uSimeyoni uyakuba nesabelo.