UNumeri 34:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kumelwe nithathe isikhulu esisodwa esizweni ngasinye ukuze nihlukaniselane izwe ngokwefa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Niyakuthabatha isikhulu sibe sinye kuleso naleso sizwe ukwahlukanisa izwe libe yifa lenu. IsiZulu 2020 Niyothatha umholi ngamunye kuleso naleso sizwana ukuba abe izwe libe yifa lenu. |
Lawa angamagama amadoda ayakuhlukanisela izwe phakathi kwenu: u-Eleyazare umpristi noJoshuwa indodana kaNuni.
Laba yibo iNkosi eyabalaya ukwabela abantwana bakoIsrayeli ifa elizweni leKhanani.
Lawa angamafa u-Eleyazare umpristi, noJoshuwa, indodana kaNuni, nezinhloko zezindlu zoyise zezizwe zabantwana bakwa-Israyeli, ngenkatho eShilo phambi kukaJehova ngasemnyango wetabernakele, njengalokho behlukaniselwa izwe. Ifa elivela ebandleni. Base beqeda ukuhlukanisa izwe.