UmKhanani, inkosi yase-Aradi, owahlala eningizimu ezweni laseKhanani, wezwa ngokufika kwabantwana bakwa-Israyeli.
UmKhanani, inkosi yase-Aradi, owayehlala eningizimu eKhanani, wezwa ngokufika kwabantu bakwa-Israyeli.
U-Abrama wasuka wahamba waya eningizimu.
U-Aroni wayeneminyaka eyikhulu namashumi amabili nantathu ekufeni kwakhe entabeni yaseHori.
Basuka entabeni yaseHori, bamisa eSalmona.