Basuka e-Elimi, inhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli yafika ehlane laseSini eliphakathi kwe-Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma kwabo ezweni laseGibithe.
UNumeri 33:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Basuka eRefidimi, bamisa ehlane laseSinayi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Basuka eRefidimi, bamisa ehlane laseSinayi. IsiZulu 2020 Basuka eRefidimi, bakanisa ehlane iSinayi. |
Basuka e-Elimi, inhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli yafika ehlane laseSini eliphakathi kwe-Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma kwabo ezweni laseGibithe.
Abantwana bakwa-Israyeli baphuma ehlane laseSinayi; ifu lahlala ehlane lasePharanu.