Basuka e-Elimi, inhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli yafika ehlane laseSini eliphakathi kwe-Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma kwabo ezweni laseGibithe.
UNumeri 33:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Basuka eSikelfsee, bamisa inkamba ehlane laseSini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Basuka eLwandle oluBomvu, bamisa ehlane laseSini. IsiZulu 2020 Basuka oLwandle Lomhlanga, bakanisa ehlane iSini. |