Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 32:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngokuba lapho bekhuphukela esigodini sase-Eshikoli, balibona izwe, badumaza izinhliziyo zabantwana bakwa-Israyeli ukuba bangangeni ezweni uJehova abanika lona.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngokuba ekukhuphukeni kwabo ukuya esiGodini sase-Eshikoli balibona izwe, baqeda inhliziyo yabantwana bakwa-Israyeli ukuba bangangeni ezweni uJehova abanike lona.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ekukhuphukeni kwabo beya esigodini i-Eshikholi balibona izwe, babathena amandla abakwa-Israyeli ukuba bangangeni ezweni uSimakade abanike lona.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 32:9
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bafika emfudlaneni i-Eshikoli, bagawula khona isithende ngehlukuzo lezithelo zomvini, balithwala ngodondolo phakathi kwababili; baletha namapomegranati namakhiwane.


Le ndawo yabizwa ngokuthi isifufula sase-Eshikoli ngenxa yesithunjana sezithelo zomvini abantwana bakwa-Israyeli ababesinqumile lapho.


Ahamba afika kuMose naku-Aroni nakuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ehlane lasePharanu eKadeshi; wababikela kanye nebandla lonke, wabazisa izithelo zezwe.