Kodwa uma bengaweli nani behlomile, bayakuba nefa phakathi kwenu ezweni laseKhanani.
UNumeri 32:31 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bakoGadi labantwana bakoRubeni basebephendula bathi: Njengoba iN kosi itshilo ezincekwini zakho, sizakwenza njalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni baphendula bathi: “Njengalokho uJehova eshilo kuzo izinceku zakho, siyakwenze njalo. IsiZulu 2020 Abozalo lukaGadi nabolukaRubeni baphendula, bathi: “Kuyoba njengalokhu uSimakade eshilo kuzo izinceku zakho, siyokwenza kanjalo. |
Kodwa uma bengaweli nani behlomile, bayakuba nefa phakathi kwenu ezweni laseKhanani.
Sizachapha sihlomile phambi kwe Nkosi, siye elizweni leKhanani, ukuze ifa lethu elisempumalanga kweJordani libe ngelethu.
Bamphendula uJoshuwa, bathi: “Konke osiyala ngakho siyakukwenza; futhi nomaphi lapho usithumela khona, sizoya.